[go: up one dir, main page]

Jump to content

Wangari Maathai

Mayelana Wikipedia

UWangari Muta Maathai ( 1 Ephreli 1940   - 25 Septhemba 2011) wayeyisishoshovu esidumile saseKenya kwezenhlalo, kwezemvelo nakwezepolitiki kanye nowesifazane wokuqala wase-Afrika ukuzuza umklomelo kaNobel . Uthole izifundo eMelika eMount St. Scholastica ( Benedictine College ), iDegree yakhe ye-Master's University of Pittsburgh, waqhubeka waba ngowesifazane wokuqala eMpumalanga naseCentral Africa ukuthola i-PhD, e- University of ENairobi eKenya.